Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:14 - IsiZulu 2020

14 ngokuba inzuzo yakho yinhle kunenzuzo yesiliva; nenzuzo yakho kunegolide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngokuba inzuzo yakho inhle kunenzuzo yesiliva, nokutholakalayo kukho kunegolide.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba ukuthengiswa kwawo kuhle kunokuthengiswa kwesiliva, nenzuzo yalo kunegolide elihle.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:14
13 Referans Kwoze  

Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Isithelo sami sihle kunegolide, kunegolide elicolisekileyo, nenzuzo yami, kunesiliva lekhethelo.


Ngokuba kuyakumsiza ngani umuntu, uma ezuza izwe lonke, kepha alahlekelwe ngukuphila kwakhe na? Yini angayikhipha umuntu, ibe yisihlengo sokuphila kwakhe na?


Ubufakazi bakho buyifa lami laphakade, ngokuba buwukuthokoza kwenhliziyo yami.


Ngiyakweluleka ukuba uthenge igolide elihlanzwe ngomlilo kimi ukuze ucebe, nezingubo ezimhlophe ukuba wembathe, lingabonakali ihlazo lobuze bakho, futhi uthole nomuthi wokugcoba amehlo akho ukuze ubone.


uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo,


Ngiyathokoza ngezwi lakho njengomuntu ejabulela impango eningi.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite