Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:13 - IsiZulu 2020

13 Ubusisiwe umuntu othola ukuhlakanipha, nomuntu ozuza ukuqonda,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ubusisiwe umuntu othola ukuhlakanipha nomuntu ozuza ingqondo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uyajabula umuntu othola ukuhlakanipha, nomuntu ozuza ukuqonda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:13
14 Referans Kwoze  

Lowo ozazi yena ofuna intando yakhe; umelana nakho konke ukuhlakanipha okungqokolo.


uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo,


Akunakuzuzwa ngegolide, intengo yakho ayinakulinganiswa nesiliva.


Kumuntu oqondayo wonke aqondile, alungile kulowo othole ulwazi.


Futhi awuphesheya kolwandle ukuba ungathi: ‘Ngubani oyakusiwelela aye phesheya kolwandle, asilandele wona, ukuze siwuzwe, siwenze, na?’


Akunakukhulunywa ngekhorali nangekhristalu, intengo yobuhlakani ingaphezu kweyamarubhi.


Ithophazi laseKhushe alinakuqhathaniswa nakho, kungelingane negolide elicwengekileyo.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite