Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:12 - IsiZulu 2020

12 Ngokuba uSimakade uyamyala amthandayo, njengoyise eyala indodana ayithandayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo, njengoyise indodana ayithandayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo; njengoyise indodana athokoza ngayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:12
7 Referans Kwoze  

Uyokwazi enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu wonke umuntu eyiyala indodana yakhe, kanjalo uSimakade uNkulunkulu wakho uyakuyala nawe.


“ ‘Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale. Ngakho-ke yiba ngoshisayo, uphenduke.


Yiyale indodana yakho, khona iyokuphumuza, yebo, iwuthokozise umphefumulo wakho.


Oyeka uswazi uyayizonda indodana yakhe, kodwa oyithandayo uyanakekela ukuba ayiyale.


Njengalokhu uyise ebahawukela abantwana bakhe, kanjalo noSimakade uyabahawukela abamesabayo.


ngokuba iNkosi iyamyala emthandayo, ishaye leyo naleyo ndodana eyamukelayo.”


Simakade, ubusisiwe umuntu omyalayo, omfundisa ngomthetho wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite