Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:11 - IsiZulu 2020

11 Ndodana yami, ungakwedeleli ukuyala kukaSimakade, ungakwenyanyi ukusola kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kukaJehova, ungakhathazeki ngokusola kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kukaJehova; ungadinwa ukusola kwakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:11
12 Referans Kwoze  

“Uyadela lowo muntu uNkulunkulu amsolayo, ngakho-ke ungakwedeleli ukuqondisa kukaSomandla.


“ ‘Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale. Ngakho-ke yiba ngoshisayo, uphenduke.


Simakade, ubusisiwe umuntu omyalayo, omfundisa ngomthetho wakho.


Kepha ngokwehlulelwa yiNkosi, siyayalwa ukuze singalahlwa kanye nezwe.


Ngakho-ke sinale nkonzo, ngokuba sahawukelwa, asidangali;


Yebo, mqondeni yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali nidangale emiphefumulweni yenu.


Uma uxega amadolo ngosuku lokuhlupheka, amandla akho mancane.


“Uma sekufike kuwe, awusenasineke. Uma sekuthinta wena uyadangala.


Uyokwazi enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu wonke umuntu eyiyala indodana yakhe, kanjalo uSimakade uNkulunkulu wakho uyakuyala nawe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite