IzAga 28:10 - IsiZulu 202010 Oyengela abaqotho endleleni embi, nguyena oyokhalakathela emgodini, kepha abangenasici bayodla ifa elihle. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Odukisela abaqotho endleleni embi uyakuwela emgodini wakhe, kepha abapheleleyo bayakudla ifa lokuhle. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Obangela ukuba abalungileyo baduke ngendlela embi, yena uyakuwela emgodini wakhe; kodwa abaqotho bazazuza okuhle. Gade chapit la |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’