Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 27:8 - IsiZulu 2020

8 Njengenyoni esuka ibaleka esidlekeni sayo, unjalo umuntu obalekele indawo yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Njengenyoni esuka ibaleka esidlekeni sayo, unjalo umuntu obalekele indawo yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Njengenyoni ezulazula esidlekeni sayo, unjalo umuntu oduka endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 27:8
17 Referans Kwoze  

Amadodakazi akwaMowabi ayoba njengezinyoni ezizulazulayo, namaphuphu ahlakazekileyo, emazibukweni e-Arinoni.


Umuntu oweduka endleleni yokuhlakanipha uyakuphumula ebandleni labafileyo.


Akube yilowo nalowo ahlale obizweni abizelwe kulo.


Kodwa uJona wasuka, wabaleka phambi kukaSimakade, walibhekisa eTharishishi. Wehlela eJopha, wathola umkhumbi owawuya eTharishishi. Eseyikhokhile imali, wagibela kuwo elibhekise eTharishishi, ukuba suke phambi kukaSimakade.


Wangena lapho emgedeni, walala khona. Kwase kufika izwi likaSimakade, lathi kuye: “Eliya, wenzani lapha na?”


Umphrofethi uGadi wathi kuDavide: “Ungaqhubeki uhlale enqabeni, kodwa hamba uye kwaJuda.” Wasuka uDavide, wahamba waze wayofika ehlathini eHerethi.


Njengenyoni ekuhambeni kwayo, nenkonjane ekundizeni kwayo, sinjalo isiqalekiso esingenasizathu.


UKhayini wasuka phambi kukaSimakade, wahamba wayohlala eNodi, empumalanga ye-Edeni.


Bakhefuza amahlazo abo njengamaza adlangalalayo, bayantunta njengezinkanyezi ezigcinelwe ubumnyama baphakade.


U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.


Umphefumulo osuthi uyacikwa wuju, kodwa emphefumulweni olambileyo, ngisho okubabayo imbala, kumnandi.


UFaro wathi kuye: “Kukhona yini okuswele njengoba ulapha kimi ukuba ungaze ufune ukubuyela ezweni lakini na?” Wathi: “Angeswele lutho, kodwa ngivumele impela ukuba ngihambe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite