Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 27:11 - IsiZulu 2020

11 Ndodana yami, hlakanipha, uthokozise inhliziyo yami ukuze ngiphendule ongisolayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ndodana yami, hlakanipha, uthokozise inhliziyo yami ukuba ngiphendule ongisolayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ndodana yami, hlakanipha, wenze inhliziyo yami ijabule, ukuze ngiphendule ongithukayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 27:11
14 Referans Kwoze  

Nazi izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iyamthokozisa uyise, kodwa eyisiwula, iwusizi kunina.


Khona ngiyakumphendula ongichukuluzayo, ngokuba ngiyalethemba izwi lakho.


Ngithokozile kakhulu, ukuthi ngitholile ukuthi abanye babantwana bakho bahamba eqinisweni, njengokomyalo esiwamukele kuBaba.


Uthando lwakho lwangithokozisa kakhulu futhi lwangigqugquzela, ngokuba izinhliziyo zabangcwele zivuselelekile ngawe mfowethu.


Umuntu othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise, kepha ongumngani wezifebe usaphaza imfuyo yakhe.


Indodana ehlakaniphile iyamthokozisa uyise, kodwa umuntu oyisiwula uyamedelela unina.


Ngakho-ke hlakaniphani nina makhosi; niyaleke nina babusi bomhlaba.


Ivila lihlakaniphile emehlweni alo, kunabayisikhombisa abakhuluma okuhluzekile.


Ohlakaniphile uyabubona ububi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaqhubeka, bese beyajeziswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite