Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:7 - IsiZulu 2020

7 Njengemilenze yokhubazekileyo elengayo, sinjalo nesaga emilonyeni yeziwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Imilenze yonyonga iyalengalenga; zinjalo izaga emilonyeni yeziwula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Imilenze yokukhubazeka ayilingani; unjalo umfanekiso emlonyeni weziwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:7
8 Referans Kwoze  

Njengeva elihlaba isandla sesidakwa, sinjalo nesaga emilonyeni yeziwula.


Izindebe ezinobugagu azisifanele isiwula; kakhulu kangakanani-ke izindebe zenkohliso kumuntu ohloniphekileyo na?


Bayakuwiswa, bahilwe lulimi lwabo, bonke abababonayo bayonikina amakhanda.


Wathi kubo: “Impela niyakusisho kimi lesi saga, nithi: ‘Nyanga, zelaphe wena. Lokhu esizwa ukuthi ukwenzile eKhaphernawume, kwenze phela nalapha ezweni lakini.’ ”


Othumela umbiko ngesiwula uzigwaza ngowakhe; ufana nozinqume izinyawo.


Onika isiwula udumo ufana nobophela itshe endwayimaneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite