Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:5 - IsiZulu 2020

5 Phendula isiwula njengobuwula baso, funa sibe ngohlakaniphileyo emehlweni aso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Phendula isiwula njengobuwula baso, funa sibe ngohlakaniphileyo emehlweni aso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Phendula isiwula njengobuwula baso, funa sihlakaniphe emehlweni aso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:5
19 Referans Kwoze  

Nibe mqondo munye, nicabangelane ngokufanayo; ningazikhukhumezi, kodwa zihlanganiseni nabathobekileyo. Ningazishayi abahlakaniphileyo.


Ocebileyo uhlakaniphile emehlweni akhe, kodwa ompofu onokuqonda uyamhlolisisa, ambone.


Lobo bufakazi buqinisile. Ngalokho-ke bakhuzisise, ukuze baphile ekukholweni,


Bazalwane, angithandi ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo: yazini ukuthi u-Israyeli usenziwe waba lukhuni okwamanje, kuze kupheleliswe isibalo sabezizwe.


Kuthe besambuza waphakama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.”


Kunethemba ngesiwula kunozibona ehlakaniphile emehlweni akhe.


Ungasiphenduli isiwula njengobuwula baso, funa ufane naso.


Ungazishayi ohlakaniphileyo emehlweni akho; mesabe uSimakade, uqhele ebubini.


Maye kulabo abazibona behlakaniphile, nabazibona benokuqonda!


Othumela umbiko ngesiwula uzigwaza ngowakhe; ufana nozinqume izinyawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite