Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:17 - IsiZulu 2020

17 Njengomuntu obamba inja eyedlulayo ngamadlebe, unjalo ozigaxa engxabanweni yabanye abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Odlula nje ehlanganyela ukuxabana okungesikho okwakhe unjengobamba inja ngezindlebe zayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Odlulayo agxambukele engxabanweni okungeyona eyakhe unjengobamba inja ngezindlebe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:17
7 Referans Kwoze  

Kuludumo kumuntu ukuziqhelelanisa nengxabano, kodwa zonke iziwula ziyashesha ukuphikisana.


Kepha uJesu wathi kuye: “Mngani, ngubani ongibeke ukuba ngibe ngumehluleli noma ngumabi wefa lakwenu na?”


Izindebe zesiwula ziletha ingxabano, nomlomo waso uletha imivimbo.


Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela, ngalokho uyakuthunyelwa isithunywa esinonya.


Ungaphikisani namuntu ngeze uma engakonanga ngalutho.


Njengohlanya oluphonsa izikhuni nemicibisholo ebulalayo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite