Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:6 - IsiZulu 2020

6 Ngokucabanga okwephusile ungaphaka impi, nokunqoba kusebuningini babeluleki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba ngokucabanga ungaphaka impi yakho, nokusinda kumi ngobuningi babeluleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba ngeziluleko ezihlakaniphileyo uyakulwa impi yakho, futhi ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:6
9 Referans Kwoze  

Lapho kungekho zeluleko khona abantu bayawa, kodwa lapho kunabeluleki abaningi khona kuba nokuphumelela.


Amacebo wonke aqiniswa ngokululekana; yilwa impi ngamasu aphusile.


Lapho kungekho khona ukwelulekana, amasu ayabhuntsha, kodwa uma bebaningi abeluleki ayaphumelela.


“Noma iyiphi inkosi eya kwenye inkosi iyoyihlasela, ingaqalanga ngokuhlala phansi, icabangisise ukuthi iyokwazi yini ukubhekana nayo njengoba yona inezi-10 000 leyo eya kuyo inezi-20 000 na?


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga, ngikugcinile ukukholwa;


Wenza okubi phambi kukaSimakade njengendlu ka-Ahabi, ngokuba yibona ababemeluleka emveni kokukhothama kukayise, okwaba yimbangela yokubhujiswa kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite