Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:5 - IsiZulu 2020

5 Umuntu ohlakaniphileyo wedlula onamandla, nonolwazi wedlula onezikhwepha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Umuntu ohlakaniphileyo udlula onamandla, nomuntu onokwazi onezikhwepha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Umuntu ohlakaniphileyo unamandla; yebo, umuntu onolwazi uyandisa amandla.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:5
10 Referans Kwoze  

Ukuhlakanipha kuletha amandla kumuntu ohlakaniphile, edlule ababusi abalishumi abasemzini.


niqiniswe ngokuqiniswa konke ngokwamandla enkazimulo yakhe, ukuze nikwazi ukuqinisela kukho konke, nibekezela ngokujabula,


Ohlakaniphileyo angenyukela emzini wamaqhawe, ayiwise inqaba athembele kuyo.


kepha abamethembayo uSimakade bayakuthola amandla amasha, bayakukhuphuka ngamaphiko njengezinkozi, bagijime bengakhathali, bahambe bengapheli amandla.


Indlela kaSimakade iyinqaba koqotho, kodwa ukubhujiswa kumiselwe izikhohlakali.


Kimina kuneseluleko nokuhlakanipha, ngingukuqonda, namandla angawami.


Baqhubeka emandleni, baze babonakale phambi kukaNkulunkulu eZiyoni.


Ngokucabanga okwephusile ungaphaka impi, nokunqoba kusebuningini babeluleki.


Ucabanga ukuthi ukukhuluma nje ngomlomo kungamasu namandla okulwa na? Ngubani owethembele kuye uze uhlubuke kimi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite