Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:4 - IsiZulu 2020

4 Amakamelo agcwaliswa ngolwazi, nangayo yonke ingcebo enqabileyo neyigugu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amakamelo agcwaliswa ngokwazi, ngayo yonke ingcebo enqabileyo nemnandi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokwazi amakamelo ayakugcwaliswa ngayo yonke inotho eyigugu nethandekayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:4
16 Referans Kwoze  

Kukhona ingcebo enxanelekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo, kepha umuntu oyisiwula uyakugwinya.


Indlu yolungileyo igcwele ingcebo eningi, kepha enzuzweni yezikhohlakali kukhona ukuhlupheka.


Kukhona igolide namarubhi amaningi, kodwa izindebe ezinolwazi ziyigugu elinqabileyo.


labo abangithandayo ngibanika ifa, ngigcwalise izinqolobane zabo zengcebo.


Wayesethi kubo: “Ngakho-ke yileso naleso sazimthetho esifundiselwe umbuso wezulu, sifana nomuntu, umnumzane okhipha engcebeni yakhe okusha nokudala.”


Abakwa-Israyeli nabaLevi bayoletha okweshumi kokusanhlamvu, okwewayini namafutha omnqumo emagunjini lapho kugcinwe khona izitsha zendlu engcwele, nalapho kuhlala khona abaphristi, abalindisango nabaculi. Asiyukuyishiya indlu kaNkulunkulu wethu.”


Umuntu ohlakaniphileyo wedlula onamandla, nonolwazi wedlula onezikhwepha.


Uqhekeza imihohoba emadwaleni; iso lakhe likubona konke okuyigugu.


Ingcebo, udumo, nomnotho omningi nokulunga, kukimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite