Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:22 - IsiZulu 2020

22 ngokuba inhlekelele izobehlela ngokuzuma. Ngubani owazi ukubhujiswa okungalethwa yibo bobabili na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba ingozi yabo iyakuvuka masinyane; ngubani owazi ukuchithwa kweminyaka yabo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba inhlekelele yabo iyakuvela ngokuzumayo; futhi ngubani owazi ukubhujiswa kwabo bobabili?

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:22
13 Referans Kwoze  

U-Efrayimi ucindezelwe, uchotshoziwe ngokwehlulelwa, ngokuba wazimisela ukulandela umyalo oyize.


Ngubani owazi amandla entukuthelo yakho nolaka lwakho olunjengokwesabeka kwakho na?


Ulaka lwenkosi olwesabisayo lunjengokubhonga kwengonyama; oyithukuthelisayo uyakulahlekelwa ngukuphila kwakhe.


Intukuthelo yenkosi ifana nezithunywa zokufa, kepha umuntu ohlakaniphileyo uyayidambisa.


Ngakho-ke uyokwehlelwa yinhlekelele engazelele; ngokuphazima kweso, uyobhubha angasindi.


ngokuba noma olungileyo angawa kasikhombisa, uyobuye avuke, kepha izikhohlakali ziyowiswa ngokubi.


Bonke abebekade bemenywe ngu-Adoniya besaba, basuka bonke bahamba, kwaba yilowo nalowo wabamba abeze ngayo.


Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; kunjengezinhlanzi ezibanjwa enethini elinonya, nezinyoni ezibanjwa ogibeni; kanjalo nabantu babanjwa ogibeni olubi, oluyisikhathi esibafikela bengazelele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite