Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:11 - IsiZulu 2020

11 Bahlenge abayiswa ekufeni, ubambe abantengantenga beyobulawa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bophule abayiswa ekufeni; abakhubekiselwa ekubulaweni ubagodle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Uma nidebeselela ukusindisa abasondelelwa ekufeni, nabalungele ukubulawa;

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:11
13 Referans Kwoze  

Khululani ontulayo nompofu, nibophule esandleni sezikhohlakali.


Ngayifahlaza imihlathi yongalungile, ngahlwitha impango emazinyweni akhe.


Kuthe sekusuke esinamathambo, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawula bangahle bamenzakalise, yayisiyala amabutho ukuba ehle, amsuse phakathi kwabo, amyise enkanjini.


Khona bonke badumela uSostene, umphathi wesinagoge, bamshaya phambi kwesihlalo sokwehlulela, kodwa uGaliyu wakushaya indiva lokho.


Kusukela ebusheni bami ngihluphekile, ngaba ngofayo, ngathwala ukwesabeka kwakho, ngaphela.


Kepha uPawula wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ungazilimazi, ngokuba sikhona sonke.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite