Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:7 - IsiZulu 2020

7 ngokuba ungozicabangelayo, athi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 ngokuba unjengozicabangelayo; uthi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:7
12 Referans Kwoze  

Bakhuluma amanga, omunye kumakhelwane wakhe, ngezindebe ezithophayo, nangezinhliziyo ezimbaxambili, bayakhuluma.


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


UDelila wayesethi kuSamsoni: “Ungasho kanjani ukuthi uyangithanda, uma inhliziyo yakho ingenami, na? Usungikhohlise kwaze kwaba kathathu, awungitsheli ukuthi yini ekwenza ube namandla angaka.”


Okulangazelelwa ngumuntu ngukuba athembeke; kungcono ukuba mpofu kunokuba ube ngumuntu wamanga.


Kepha lapho umFarisi owayemmemile ekubona lokhu, wadlinza wathi: “Lo muntu ukuba ubengumphrofethi, ngabe wazile ukuthi ngubani futhi uluhlobo luni lo wesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.”


Amakhosi-ke omabili, izinhliziyo zawo ziyakuba ngezokwenza okubi; ayakukhuluma amanga esetafuleni linye, kepha akuyukuphumelela, ngokuba ukuphela kusazokuba sesikhathini esimisiweyo.


Onenzondo uyazenzisa ngokukhuluma kwakhe, ebe enenhloso embi enhliziyweni yakhe.


Lapho ekhuluma ngendlela emnene, ungakholwa, ngokuba kunezinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.


Njengesiliva okucakwe ngalo isitsha sobumba, zinjalo izindebe ezishelelayo nenhliziyo embi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite