Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:3 - IsiZulu 2020

3 Ungazihaheli izilovela ezivela kumbusi, ngokuba ziwudobo lokukuyenga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Unganxaneli izilovela zakhe, lokhu zingukudla okukhohlisayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ungafisi izibiliboco zakhe, ngoba ziwukudla kwenkohliso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:3
6 Referans Kwoze  

Ungadli ukudla koneso elibi, ungafisi izilovela zakhe,


Ungayiphenduleli inhliziyo yami entweni embi ukuba ngenze imisebenzi yenkohlakalo kanye nabantu abenza inkohlakalo, ngingadli izibiliboco zabo.


“Qaphelani, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, ukudakwa, neminako yalokhu kuphila, bese lolo lusuku lunizume,


Kepha uDaniyeli wazimisela enhliziyweni yakhe ukuba angazingcolisi ngesabelo sokudla kwenkosi nangewayini eliphuzayo; wayesecela enduneni yabathenwa ukuba angazingcolisi.


ukuba nikhumule umuntu omdala ongowenkambo yakuqala, owonakele ngenxa yezinkanuko zenkohlakalo,


Inkosi yabamisela isabelo semihla ngemihla sokudla kwenkosi nesewayini eliphuzayo, ukuba bondliwe iminyaka emithathu; kuyakuthi ngasekugcineni kwayo, bame phambi kwenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite