Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:19 - IsiZulu 2020

19 Ndodana yami, lalela uhlakaniphe, inhliziyo yakho uyihole ngendlela enhle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Yizwa wena ndodana yami, uhlakaniphe, uhole inhliziyo yakho ngendlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Lalela, ndodana yami, uhlakaniphe, uqondise inhliziyo yakho endleleni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:19
8 Referans Kwoze  

Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.


Beka inhliziyo yakho ekuyalweni, nezindlebe zakho emazwini olwazi.


Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe;


Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


“Kepha qikelela, uqaphele kakhulu, funa ukhohlwe yizinto ozibonile ngamehlo akho, funa zisuke enhliziyweni yakho izinsuku zonke zokuhamba kwakho. Bazise zona abantwana bakho nabantwana babantwana babo nokuthi,


Bathi kumalunga omuzi: ‘Le ndodana yethu inenkani, iyahlupha, ayilaleli izwi lethu; iyisiminzi nesidakwa.’


Hlelemba indlela yezinyawo zakho ukuze ziphephe zonke izindlela zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite