Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:10 - IsiZulu 2020

10 Ungasusi isikhonkwane esidala, ungangeni emasimini ezintandane,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ungasusi isikhonkwane esidala, ungangeni emasimini ezintandane,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ungawususi umkhombandlela omdala; futhi ngeke angene ensimini yezintandane.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:10
17 Referans Kwoze  

Ungasisusi isikhonkwane esidala esashayelwa ngokhokho bakho.


Ningacindezeli abafelokazi, izintandane, abafokazi, nabampofu. Kungabi bikho odlinzela omunye okubi enhliziyweni yakhe.’


“ ‘Makaqalekiswe ogudluza isikhonkwane sikamakhelwane wakhe.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’


Ukukholwa okumhlophe nokungangcolisiwe phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu: ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo, nokuba umuntu azigcine engenacala lokwezwe.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Yenzani ubulungiswa nokulunga, nisindise ophangiweyo esandleni somcindezeli, ningabahlukumezi abafokazi nezintandane nabafelokazi, futhi ningabaphathi kabi, nangesihluku, ningachithi igazi elingenacala kule ndawo.


“Awuyukuwugudlula umngcele kamakhelwane wakho owamiswa ngokhokho, ukuba ube yindawo yefa lakho oyakulidla ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.”


“Ngiyakusondela kini ukuzokwehlulela. Ngiyakushesha ngifakaze ngimelane nabalumbi, iziphingi, abafunga amanga, nababamba umholo womqashwa ngokungafanele, bacindezele abafelokazi nezintandane, babaphathe kabi abafokazi, futhi nami bangangesabi,” kusho uSimakade Wamabandla.


“ ‘Ngokuba uma nizilungisa ngempela izindlela nezenzo zenu, nenze ubulungiswa ngempela phakathi komuntu nomakhelwane wakhe,


Babulala abafelokazi nabafokazi, babulale nezintandane.


Uxoshe abafelokazi bengenalutho, wafihliza izingalo zezintandane.


Nenza unkatho ngentandane, nithengisa ngomngani wenu.


Intandane ihlwithwa ebeleni, nengane yompofu ithathwa ibe yisibambiso.


Aniyukumhlupha umfelokazi nentandane.


USimakade uyayisiphula indlu yabazidlayo, kodwa uyayiqinisa indawo yomfelokazi.


ningacindezeli umfokazi, intandane nomfelokazi, ningachithi gazi elingenacala kule ndawo, futhi ningabalandeli abanye onkulunkulu, funa nilimale,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite