Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:21 - IsiZulu 2020

21 ukuba kukufundise iqiniso, namazwi athembekile, ukuze uthumele impendulo eyiqiniso kwabakuthumileyo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ukuze ngikwazise ukuthembeka kwamazwi eqiniso ukuba ubuyisele kwabakuthumileyo amazwi eqiniso, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 ukuze nginazise isiqiniseko samazwi eqiniso; ukuze uphendule amazwi eqiniso kulabo abakuthumayo?

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:21
8 Referans Kwoze  

Kodwa mngcweliseni uKhristu njengeNkosi ezinhliziyweni zenu, nihlale nilindele ukubaphendula bonke abanibuza ngethemba eninalo.


Nginilobele lokho ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade, nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.


Kepha lezi zilotshiwe ukuba nikholwe ukuthi uJesu unguKhristu, iNdodana kaNkulunkulu, nokuthi nikholwe, nibe nokuphila egameni lakhe.


Njengokubanda kweqhwa ngosuku lokuvuna, sinjalo isithunywa esithembekileyo kosithumileyo, ngokuba sivuselela ukuphila kumniniso.


UMshumayeli wayefunisisa amazwi athokozisayo, ngobuqotho abhale amazwi aliqiniso.


Lezi yizaga zikaSolomoni, indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli.


ukuthola ingqondo ekhanyiselwe, ubulungiswa nobuqotho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite