Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:1 - IsiZulu 2020

1 Igama elihle likhethekile kunengcebo enkulu, nomusa, kunesiliva negolide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Igama elihle likhethekile kunengcebo enkulu, nomusa kunesiliva negolide.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Igama elihle lingcono ukukhetha kunengcebo eningi, nomusa kunesiliva negolide.

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:1
7 Referans Kwoze  

Igama elihle lingcono kunamakha anuka kamnandi, nosuku lokufa lungcono kunolokuzalwa.


Nokho ningathokozi ngalokhu ukuthi imimoya iyanithobela, kodwa jabulelani ukuthi amagama enu alotshiwe ezulwini.”


Nezinceku zenkosi zifikile ukuzoyihalalisela inkosi yethu, inkosi uDavide, zithi: ‘UNkulunkulu wakho makalenze libe lihle igama likaSolomoni ukwedlula elakho. Isihlalo sakhe sobukhosi sibe sikhulu kunesihlalo sakho sobukhosi; inkosi yakhothamisa ikhanda embhedeni wayo.’


Yebo, ngiyakunxusa nawe mhlobo wami oqotho, ukuba ubalekelele labo besifazane, ngokuba bahlanganyela nami evangelini, benoKlemente nezinye izisebenzi zami, amagama azo alotshiwe encwadini yokuphila.


Wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko ezamehlelayo, wamupha umusa nokuhlakanipha phambi kukaFaro, iNkosi yaseGibhithe. UFaro wambeka ukuba abe ngumbusi eGibhithe nakuyo yonke indlu yakhe.


Bonke labo babenconyiwe ngokukholwa, nokho abasizuzanga isithembiso,


Ukukhunjulwa kolungileyo kuyisibusiso, kepha igama lezikhohlakali liyakubola.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite