Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:9 - IsiZulu 2020

9 Kungcono ukukhosela ekhoneni lophahla, kunokuhlala ndlininye nowesifazane onothuthuva.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kungcono ukuhlala egumbini lophahla kunokuhlala nowesifazane oxabanayo endlini ehlanganyelweyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kungcono ukuhlala ekhoneni lophahla kunokuhlala endlini ebanzi nowesifazane oxabanayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:9
9 Referans Kwoze  

Indodana eyisiwula, iyinhlupheko kuyise, nomfazi ohlala ethetha uyiphela endlebeni.


Kungcono ukuhlala egumbini lophahla, kunokuhlala endlini nowesifazane onothuthuva.


Kungcono ukuhlala ezweni eliyihlane, kunokuhlala nowesifazane onochuku nonolaka.


Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kumyeni wakhe, kepha ohlazisayo ufana nokubola emathanjeni omyeni wakhe.


Isidlo esinengxenyana yemifino lapho kukhona uthando khona, singcono kunesenkabi ekhuluphalisiweyo lapho kugcwele inzondo khona.


Ungcono onokuncane, owomileyo enokuthula, kunendlu egcwele okuhlatshiweyo nokuxabana.


Indlela yonecala igwegwile, kodwa inkambo yolungileyo iqondile.


Umphefumulo wesikhohlakali ufisa okubi; umakhelwane waso akafumani sisa emehlweni aso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite