Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:7 - IsiZulu 2020

7 Ubudlova bezikhohlakali buzishonisa phansi, ngoba zenqaba ukwenza ubulungiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ukuchitha kwababi kuyabaqothula, ngokuba benqaba ukwenza ukulunga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ukuphanga kwababi kuyababhubhisa; ngoba benqaba ukwahlulela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:7
15 Referans Kwoze  

Olandela ukulunga nokwethembeka ufumana ukuphila, ukulunga, nodumo.


Maningakhohliswa muntu ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalokho ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


Uyise, ngokuba yena waba yiqola, waphanga nokuphanga umfowabo, wenza okungalungile phakathi kwabantu bakubo; uyakufa ngenxa yokona kwakhe.


Ngiyakunixosha ebukhoneni bami njengalokhu ngenza nakubafowenu, bonke abozalo luka-Efrayimi.’


Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa umlomo wezikhohlakali ufihla ubudlova.


USimakade uzibonakalisile, wenzile ukwehlulela ngezandla zakhe, ngokucekela phansi ababi. Sela


Ububi bubuyela ekhanda lakhe, ubudlova bakhe behlele ekhanda lakhe.


“Nina enihlanekezela ubulungiswa bubabe njengomhlonyane, nilaxaze phansi ukulunga;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite