Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:3 - IsiZulu 2020

3 Ukwenza ukulunga nobulungiswa kuyathandeka kuSimakade, ngaphezu kwemihlatshelo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ukwenza ukulunga nokwahlulela kukhethekile kuJehova kunemihlatshelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ukwenza ukulunga nokwahlulela kuyemukeleka kuJehova kunemihlatshelo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:3
10 Referans Kwoze  

USamuweli wathi: “USimakade uyayenamela yini iminikelo yokushiswa nemihlatshelo, njengalokhu enamele ukulalelwa kwezwi likaSimakade na? Bheka, ukulalela kuhle kunomhlatshelo, nokuqaphela kuhle kunamanoni ezinqama.


Ngokuba Mina ngifuna ukwethembeka, hhayi umhlatshelo, nolwazi ngoNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa.


Umhlatshelo wezikhohlakali uyisinengiso kuSimakade, kodwa umkhuleko wabaqotho uyintokozo kuye.


Ukuyithanda ngenhliziyo yonke, nangengqondo yonke, nangamandla wonke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu umuntu ezithanda yena kuyayedlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.”


Ngenxa yemihlatshelo yakho, angiyukukujezisa, ngokuba iminikelo yakho yokushiswa iphambi kwami njalo.


Ngase ngithi: “Bheka, ngiyeza; encwadini esongwayo kulotshiwe ngami ukuthi:


“Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Yehlulelani izehlulelo eziliqiniso, nibe nokwethembeka nozwelo, kube yilowo nalowo komunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite