Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:11 - IsiZulu 2020

11 Lapho isedeleli sijeziswa, ongenalwazi uyahlakanipha, nalapho ohlakaniphileyo efundiswa, uthola ulwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Lapho isideleli sihlawuliswa, ongenalwazi uyahlakanipha, nalapho ohlakaniphileyo efundiswa, uyathola ukwazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho isideleli sijeziswa, ongenalwazi uyahlakanipha; uma ohlakaniphileyo efundiswa, uyakwamukela ukwazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:11
17 Referans Kwoze  

Sishaye isedeleli ukuze ongenalwazi abe nokuqonda; msole ohlakaniphileyo, uyakuzuza ulwazi.


Inhliziyo ehlaziyayo izuza ulwazi, nendlebe yohlakaniphileyo ifuna ulwazi.


Yala ohlakaniphileyo, uzohlakanipha kakhulu; ufundise olungileyo, uzothuthuka ngokuqonda.


Kuthe u-Ananiya ezwa lawo mazwi, waqumbeka phansi, wafa. Bonke abezwa ngalokho behlelwa wukwesaba okukhulu.


Lowo ozazi yena ofuna intando yakhe; umelana nakho konke ukuhlakanipha okungqokolo.


Ngalelo hora kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, kwathi okweshumi komuzi kwawa, kwafa ekuzamazameni komhlaba abantu abayizi-7 000, kwathi abasalayo bashaywa wuvalo, bamdumisa uNkulunkulu wezulu.


Inhliziyo ecubungulayo ifuna ulwazi, kodwa umlomo weziwula udla ubuwula.


ukunikeza ukuqonda izaga nezisho ezifihlakele, izisho zabahlakaniphe kakhulu neziphicaphicwano zabo,


Onke amadoda omuzi wakubo ayoyikhanda ngamatshe ize ife, uyobususa kanjalo-ke ububi phakathi kwakho, wonke u-Israyeli uyozwa, esabe.”


Wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe, angaphinde enze ububi obunjengalobo obuphakathi kwenu.


Bonke abakwa-Israyeli ababelapho, bezwa ukukhala kwabo, bathi: “Funa umhlaba usigwinye nathi!”


“Osola isedeleli uzibangela ukwethukwa, nothethisa isikhohlakali uziholela ukulimala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite