Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:8 - IsiZulu 2020

8 Inkosi ehlezi esihlalweni sokwehlulela, ihlunga konke okubi ngamehlo ayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Inkosi ehlezi esihlalweni sokwahlulela ihlakaza konke okubi ngamehlo ayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inkosi ehlezi esihlalweni sokwahlulela ihlakaza bonke ububi ngamehlo ayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:8
13 Referans Kwoze  

Susa isikhohlakali phambi kwenkosi, khona isihlalo sayo sobukhosi sizoqiniswa ngokulunga.


Inkosi ehlakaniphileyo iyazihlakaza izikhohlakali; ukushinga kwazo ikuthele phezu kwazo.


Inkosi eyehlulela abampofu ngeqiniso, isihlalo sayo sobukhosi siyakuma phakade.


Nkosi enamandla, mthandi wokulungileyo, uqinise ubuqotho, waphakamisa ubulungiswa nokulunga kwaJakobe.


Kuyoba khona inkosi eyobusa ngokulunga, nezikhulu zibuse ngobulungiswa.


Ukwenza inkohlakalo kuyisinengiso emakhosini, kodwa isihlalo sobukhosi simiswa ngokulunga.


Ngokuba izitha zakho, Simakade, izitha zakho ziyakubhubha, bonke abenza okubi bayakuhlakazwa,


Mayivikele abantu abampofu, isindise abantwana babantulayo, iphohloze umcindezeli.


unjengokukhanya ekuseni, njengelanga liphuma, isibhakabhaka sicwathile, ucwazimula njengotshani emhlabathini emuva kwezimvula.’


“Ongahambisani nami, umelene nami; ongaqoqi nami, uyahlakaza.


Wakha indlu yesihlalo sobukhosi, lapho ayezokhiphela khona izahlulelo. Indlu yokwehlulela yayimbozwe ngemisedari, kusukela phansi kuze kushaye phezulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite