Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:4 - IsiZulu 2020

4 Ivila alilimi ngesikhathi sokulima; lihamba lethekela ngesikhathi sokuvuna, ngoba lingenalutho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngenxa yobusika ivila aliyikulima; ngalokho uyakuthekela ngesikhathi sokuvuna, kungekho lutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:4
14 Referans Kwoze  

Isandla esidembeselayo siletha ubuphofu, kodwa esikhutheleyo siyacebisa.


Ubuvila buletha ubuthongo obunzima; oyivila uyobulawa yindlala.


Umphefumulo wevila uyafisa ungatholi lutho, kepha imiphefumulo yabakhutheleyo iyakuneliswa.


ubuphofu behlela phezu kwakho ube njengomhambuma, weswele njengebutho elihlale lithwele isihlangu.


Ivila liyasifihla isandla salo esitsheni; alisibuyiseli nasemlonyeni walo.


Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe;


Amasu enhliziyweni yomuntu anjengamanzi ajulileyo; umuntu onokuqonda uyakhelela.


Isifiso sevila siyalibulala, ngokuba izandla zalo ziyenqaba ukusebenza.


Onaka umoya akasoze atshala; nalowo onaka amafu akasoze avuna.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite