Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:3 - IsiZulu 2020

3 Kuludumo kumuntu ukuziqhelelanisa nengxabano, kodwa zonke iziwula ziyashesha ukuphikisana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kuludumo kumuntu ukuhlala kude nokuxabana, kepha zonke iziwula ziyaphikisana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kuludumo kumuntu ukuyeka ukuxabana, kepha zonke iziwula ziyagxambukela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:3
17 Referans Kwoze  

Owephuza ukuthukuthela ungcono kuneqhawe, nobusa umoya wakhe, kunonqoba umuzi.


Ukuqala kwengxabano kufana nokuvulelwa kwamanzi, ngakho-ke shiya kungakaqubuki ingxabano.


Maniphathane ngobumnene, nizwelane, nithethelelane, njengoba noNkulunkulu wanithethelela kuKhristu.


Ohlakaniphile uyephuza ukuthukuthela; kuludumo lwakhe ukudlula esiphambekweni.


Owephuzayo ukuthukuthela unokuqonda okukhulu, kepha lowo othukuthela ngokushesha uphakamisa ubuwula.


Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Akuveli yini ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na?


Izindebe zesiwula ziletha ingxabano, nomlomo waso uletha imivimbo.


Kepha uma ninomhawu onzima nobugovu ezinhliziyweni zenu, ningazigabisi, niqambe amanga nimelane neqiniso.


Ozidlayo nozigabisayo yisedeleli igama lakhe, yena owenza konke ngokuziphakamisa okukhulu.


Umuntu onesififane wenza ubuwula, nomuntu onamacebo amabi uyazondwa.


UJehowashi, inkosi yakwa-Israyeli, yathumela ku-Amaziya, inkosi yakwaJuda, ithi: “Isihlahla somkhaya eLebhanoni sathumela kwesomsedari naso esiseLebhanoni, sathi kuso: ‘Ganisela indodana yami, indodakazi yakho, ibe ngumkayo.’ “Kwase kwedlula isilwane sasendle eLebhanoni, sasifihliza isihlahla somkhaya.


Abelusi bemfuyo ka-Abhrama nabekaLothi base beqale ukuxabana. Ngaleso sikhathi amaKhanani namaPherizi ayehlala kulelo lizwe.


U-Abhrama wathi kuLothi: “Masingaxabani, ingabi bikho nengxabano phakathi kwabelusi bethu, ngoba thina siyazalana.


Njengomuntu obamba inja eyedlulayo ngamadlebe, unjalo ozigaxa engxabanweni yabanye abantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite