Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:16 - IsiZulu 2020

16 Thatha ingubo yoyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omele umfokazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Thatha ingubo yoyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omela abezizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Thatha ingubo yakhe oyisibambiso somfokazi, uthathe kuye isibambiso ngowesifazane wezizwe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:16
12 Referans Kwoze  

Thatha ingubo yalowo oyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omela abezizwe.


Oba yisibambiso somfokazi uhlupheka kakhulu, kodwa ozonda ukwenza kanjalo ulondekile.


Ngokuba isifebe singumgodi ojulileyo, nowesifazane ondindayo uligodi eliminyeneyo.


Bheka, owesifazane wamhlangabeza egqokise okwesifebe, ezembozile.


ukuze kukuvikele kowesifazane ondindayo, nakowezizwe onamazwi athophayo.


Izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa uju; umlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha,


Lokhu kuyokusindisa kowesifazane ondindayo, nakowezizwe omazwi akhe ayashelela,


Ndodana yami, uma ube yisibambiso somakhelwane wakho, naze naxhawulana nomfokazi;


Kukhona igolide namarubhi amaningi, kodwa izindebe ezinolwazi ziyigugu elinqabileyo.


Ukudla okutholakale ngomgunyathi kumnandi, kodwa kamuva umlomo uyakugcwala uhlwayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite