Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:12 - IsiZulu 2020

12 Indlebe ezwayo neso elibonayo, kokubili kwenziwe nguSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Indlebe ezwayo neso elibonayo, uJehova wenzile kokubili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Indlebe ezwayo neso elibonayo, uJehova wakwenza kokubili.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:12
9 Referans Kwoze  

Owenza indlebe kanakuzwa na? Owadala iso kanakubona na?


Vula amehlo ami ukuba ngibone izimangaliso ezisemthethweni wakho.


USimakade wathi kuye: “Ngubani owenza umlomo womuntu na? Ngubani owenza isimungulu nesithulu, obonayo noyimpumputhe na? AkusiMina Simakade na?


ukuze uvule amehlo abo basuke ebumnyameni, baphendukele ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baphendukele kuNkulunkulu, baze bamukeliswe ukuthethelelwa kwezono nesabelo phakathi kwalabo abangcweliswe ngokukholwa kimi.’ ”


Njengecici legolide nemvunulo yegolide elicolisekileyo, unjalo osola ohlakaniphileyo onendlebe elalelayo.


Ngalolo lusuku izithulu ziyowezwa amazwi encwadi, amehlo ezimpumputhe ayobona ebumnyameni obuyisigayegaye.


Uma wonke umzimba ubuyiso, ukuzwa ngabe kukuphi na? Uma wawungukuzwa, ngabe ukunuka kukuphi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite