Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:11 - IsiZulu 2020

11 Ngisho nomntwana waziwa ngezenzo zakhe ukuthi akwenzayo kuhle noma kubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Naye umntwana uyaziwa ngezenzo zakhe, uma isenzo sakhe sihlanzekile, noma siqotho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngisho nomntwana waziwa ngezenzo zakhe, ukuthi umsebenzi wakhe uhlanzekile noma ulungile yini.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:11
11 Referans Kwoze  

Niyakubazi ngezithelo zabo. Kungakhiwa yini izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane ekhakhasini na?


Indlela yonecala igwegwile, kodwa inkambo yolungileyo iqondile.


Ababi bahlubuka kwasesibelethweni, abaqamba amanga baduka kwasesiswini.


Ngokuba uzakuba mkhulu emehlweni eNkosi; akayukuliphuza iwayini nophuzo olunamandla; uzakugcwaliswa nguMoya oNgcwele esesesiswini sikanina.


Impela ngazalelwa ebubini, umame wangikhulelwa esonweni.


nabo bonke abazizwayo bazigcina ezinhliziyweni zabo, bethi: “Ingabe uyakuba yini lo mntwana na?” Ngokuba impela isandla seNkosi sinaye.


Ubuwula buboshelwe enhliziyweni yomntwana, kodwa induku yokumyala ibuqhelisela kude naye.


Indlebe ezwayo neso elibonayo, kokubili kwenziwe nguSimakade.


Ngonyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe esengumfana, waqala ukufuna uNkulunkulu kaDavide, ukhokho wakhe. Kwathi ngonyaka we-12, waqala ukuhlambulula uJuda neJerusalema, wasusa izindawo eziphakemeyo, o-Ashera, izithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite