Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:1 - IsiZulu 2020

1 Iwayini liyisedeleli, uphuzo olunamandla lungumxokozeli; bonke abadiyazeliswa yilo kabahlakaniphile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Iwayini liyisideleli, uphuzo olunamandla lungumxokozeli; bonke abaduka ngalo abahlakaniphile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Iwayini liyisideleli, uphuzo oludakayo lubanga umsindo; nokhohliswa yikho akahlakaniphile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:1
21 Referans Kwoze  

bazinikela ekufebeni, ewayinini, nasewayinini elisha, okususa ingqondo.


Ningadakwa yiwayini, ngokuba kulo kuvela ukuhuheka, kodwa nigcwaliswe ngoMoya,


Abaphristi nabaphrofethi bacwile shi ezinkambeni, babona imibono eyize, bakhubeke ekwehluleleni. Labo ababhukuda ewayinini, babhamazeliswa wuphuzo olunamandla.


“Akusikho okwamakhosi, Lemuweli, ukuphuza iwayini. Akusikho nje nempela okwababusi ukuthanda uphuzo olunamandla;


amasela, abanomona, izidakwa, abathuka inhlamba nabaphangi; abayukulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


umhawu, ukudakwa nokuxokozela, izinto ezifana nalezi engiqeda ukunitshela ngazo, njengokuba ngasho, abenza lezi zinto abanakulidla ifa loMbuso kaNkulunkulu.


UDavide wambiza futhi, wadla phambi kwakhe, waphuza waze wadakwa, waphuma ebusuku wayolala embhedeni wakhe kanye nezinceku zenkosi, akazange ehlele endlini yakhe.


Wozani, yikhona ngizoletha iwayini, sizozigcingca ngophuzo olunamandla; nengomuso liyakuba njenganamuhla, libe likhulu kakhulu.


Maye kulabo abangamaqhawe ngokuphuza iwayini, nabanekhono lokuxuba uphuzo oludakisayo;


Ngosuku lwenkosi yethu izikhulu zazigulisa ngokushisa kwewayini; yona yelula isandla sayo nezigebengu.


U-Absalomu wayala izinceku zakhe, wathi: “Niyabona-ke, kuyothi lapho selimngene iwayini u-Amnoni, ngiyothi kini: ‘Bulalani u-Amnoni,’ nimbulale, ningesabi, ngokuba niyobe niyalwe yimi ukwenza kanjalo. Yimani isibindi, nibe ngamaqhawe.”


“Ungaphuzi wayini naluphuzo olunamandla, wena namadodana akho, nxa ningena ethendeni lokuhlangana, ukuze ningafi; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu.


Ungabi mdibimunye nezinkolotshe zewayini namakloza,


Impela, iwayini liyakhohlisa, umuntu ozigqajayo akahlali ekhaya, owandisa umphimbo wakhe ufana nendawo yabafileyo; akaneliswa njengokufa; uziwolela zonke izizwe, aziqoqele bonke abantu.


Maye kulabo abavuka ekuseni bathungathe uphuzo olunamandla, balibale kuze kuhlwe, badakwe yiwayini!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite