Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:7 - IsiZulu 2020

7 Uyabela abaqotho impumelelo, uyisihlangu salabo abahamba ngokwethembeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uyabekela abaqotho isibusiso, uyihawu kwabahamba bengenacala,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ugcinela olungileyo ukuhlakanipha okupheleleyo; Uyisihlangu kwabahamba ngobuqotho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:7
16 Referans Kwoze  

“Wonke amazwi kaNkulunkulu ahloliwe; uyisihlangu kwabaphephela kuye.


Ngokuba uSimakade uNkulunkulu, uyilanga nesihlangu, uSimakade uyakupha umusa nodumo, akayukubenqabela okuhle abahamba ngobuqotho.


Phela kulotshiwe ukuthi: “Ngiyakuqeda nya ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo, ngikwenze ize ukuqonda kwabanokuqonda.”


Kepha ngoNkulunkulu, nikuJesu Khristu owenzelwe thina, waba ngukuhlakanipha kwethu okuvela kuNkulunkulu nokulunga, nokungcweliswa kanye nokuhlengwa,


Ohamba ngobuqotho uzophepha, kepha ohamba ngezindlela ezigwegwile uyokuwa kwenye yazo.


Ukuhlakanipha koqondayo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


okufihlwe kuye wonke amagugu okuhlakanipha nawokwazi.


umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa izizwe phansi kwami.


Kepha kulabo ababiziweyo, abaJuda namaGriki sishumayela uKhristu, ongamandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha kukaNkulunkulu.


Kimina kuneseluleko nokuhlakanipha, ngingukuqonda, namandla angawami.


Izilo ezinkulu azikaze zihambe ngayo, nebhubesi alikaze ledlule kuyo.


Ngakhala kuSimakade ngezwi lami; wangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite