Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:1 - IsiZulu 2020

1 Ndodana yami, uma ulalela amazwi ami, ugcine imithetho yami,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, ufihle imiyalo yami kuwe;

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:1
21 Referans Kwoze  

Ndodana yami, ungawukhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayilonde imiyalelo yami,


ukuthola ingqondo ekhanyiselwe, ubulungiswa nobuqotho.


Yizwani madodana ami, ukuyala kukayihlo, nilalelelisise, ukuze nazi ukuqonda.


Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzilondele imiyalelo yami.


Yibophele njalo enhliziyweni yakho, uyithandele entanyeni yakho.


Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi akhe ngiwagcinile esifubeni sami.


Yizwa ndodana yami, wemukele amazwi ami khona iminyaka yokuphila kwakho iyoba miningi.


Kepha uMariya wawalonda wonke lawo mazwi, ezindla ngawo enhliziyweni yakhe.


“Umbuso wezulu ufana nengcebo efihlwe ensimini, umuntu wayifumana, wayithukusa; wahamba ethokozile, wathengisa ngakho konke anakho, wayithenga leyo nsimu.


Lithembekile leli lizwi, futhi lifanele impela ukwemukelwa, elithi: uKhristu uJesu weza emhlabeni ukuzosindisa izoni, engingesikhulu mina kuzo.


“Vulani izindlebe zenu nilalele lawa mazwi, ngokuba iNdodana yomuntu izakukhashelwa ezandleni zabantu.”


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela. Kepha unina wawalonda wonke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.


Nkosi, sifundise ukubala kahle izinsuku zethu, ukuze sizuze inhliziyo enokuhlakanipha.


Futhi awuphesheya kolwandle ukuba ungathi: ‘Ngubani oyakusiwelela aye phesheya kolwandle, asilandele wona, ukuze siwuzwe, siwenze, na?’


Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akuvezi yini ilaka lakho na?


Ukuhlakanipha sekwakhe indlu yakho; kuzibazile izinsika zakho eziyisikhombisa.


Ogcina umthetho uyindodana ehlakaniphileyo, kanti ongumngani weziminzi uhlazisa uyise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite