Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:8 - IsiZulu 2020

8 Ozuza ukuqonda uthanda umphefumulo wakhe; ogcina ukuqonda, ufumana okuhle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ozuza ukuqonda uthanda umphefumulo wakhe; ogcina ingqondo uyakufumana okuhle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ozuza ukuhlakanipha uthanda umphefumulo wakhe; ogcina ukuqonda uyakufumana okuhle.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:8
17 Referans Kwoze  

Oqaphela akukhulumayo ufumana okuhle, ubusisiwe owethembela kuSimakade.


Kungumuthi wokuphila kulabo abakubambayo, babusisiwe labo ababambelela baqine kukho.


ungakushiyi, kuyakukugcina; kuthande, kuyakukulondoloza.


Umbhalo uthi: “Lowo othanda ukuphila nokubona izinsuku ezinhle makanqande ulimi lwakhe kokubi, nezindebe zakhe zingakhulumi inkohliso.


“Lowo onemiyalo yami ayigcine, nguyena ongithandayo. Ongithandayo uyakuthandwa nguBaba; nami ngiyakumthanda, ngizibonakalise kuye.”


ngokuba kuyokuba mnandi ukuba ukulonde enhliziyweni yakho, lapho konke sekulungele izindebe zakho.


Yini ukuba isiwula sibe nemali yokuthenga ukuhlakanipha esandleni, sibe singenangqondo na?


Makungasuki emehlweni akho, ukugcine ekujuleni kwenhliziyo yakho,


wangifundisa, wathi, kimi: “Inhliziyo yakho mayibambelele emazwini ami, ugcine imiyalelo yami, uphile.


Ndodana yami, makungasuki emehlweni akho, gcina ukuhlakanipha namasu,


Ngazo, ngisho inceku yakho iyexwayiswa. Ukuzigcina kunomvuzo omkhulu.


Lowo othanda ukuphila kwakhe, ulahlekelwa yikho; nozonda ukuphila kwakhe kulo mhlaba, uyakukulondela ukuphila okuphakade.


Ngiyakuninika inhliziyo entsha, ngifake umoya omusha ezibilinini zenu, ngiyikhiphe inhliziyo yetshe emzimbeni wenu, ngininike inhliziyo yobuntu.


Ufakazi wamanga akayukuyekwa angajeziswa, nophafuza amanga uyobhubha.


kuyokuba ngukuphila emphefumulweni wakho, nomgexo entanyeni yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite