Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:7 - IsiZulu 2020

7 Ompofu uzondwa ngisho nayizihlobo zakhe; kakhulu kangakanani-ke abangani bakhe? Bayaziqhelelanisa naye; noma efuna ukukhuluma nabo, abatholwa ndawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bonke abazalwane bompofu bayamzonda; kakhulu kangakanani abangane badedela kude naye; uyabaxosha ngamazwi, kepha awasekho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bonke abafowabo bompofu bayamzonda; kakhulu kangakanani abangani bakhe baqhela kuye? uyabazingela ngamazwi, kodwa bayamehlula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:7
15 Referans Kwoze  

Ingcebo ikwenza ube nabangani abaningi, kodwa ompofu ulahlwa nangabangani bakhe.


Ovala indlebe ekukhaleni kwabampofu, naye uyokhala angaphendulwa.


Ompofu ukhuluma ngokuncenga, kepha isicebi siphendula ngesankahlu.


Abangani nezihlobo zami bangihlubukile ngenxa yokuhlupheka engikukho, omakhelwane bami bahambela kude nami.


Kepha nina nimehlisa isithunzi ompofu. Abacebileyo kabanicindezeli yini, banihudulele ezigcawini na?


Ompofu uyazondwa ngisho ngumakhelwane wakhe, kepha ocebileyo uthandwa ngabaningi.


Ubaxoshele kude isihlobo nomngani, ubumnyama yibona obungumhlobo wami.


Ubaxoshele kude ebengikade ngazana nabo, ungenze ngaba yisinengiso kubo; ngivalelwe, angikwazi ukuphuma.


Ingcebo yocebileyo iyinqaba yakhe, kodwa ubuphofu babampofu bungukubhubha.


Abaqamekela ukuphila kwami bayangicupha, abafuna ukungenzakalisa bakhuluma kabi ngami, bazindla okubi ngami usuku lonke.


Ungamlahli umngani wakho noma okayihlo; ungabalekeli endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele. Ungcono umakhelwane oseduze kunesihlobo esihlala kude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite