Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:6 - IsiZulu 2020

6 Baningi abazincengela ezikhulwini; bonke bafuna ukuba ngumngani womuntu ophanayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Baningi abancenga izikhulu; bonke bangabangane bomuntu wezipho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abaningi bayakuncenga isikhulu, bonke bangabangane bakhe ophayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:6
14 Referans Kwoze  

Abaningi bafuna umusa wombusi, kepha ukwehlulelwa komuntu kuvela kuSimakade.


Isipho somuntu simvulela iminyango, simphendlele indlela kwabakhulu.


Ukufumbathisa kunjengetshe elinqabileyo emehlweni alowo okwenzayo, noma ebhekaphi uyaphumelela.


Isipho esikhishwa ekusithekeni sibohlisa ulaka, nomfumbathiso obuthukuswe esifubeni uyayidambisa intukuthelo enkulu.


Ukuthukuthela kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihe sayo sinjengamazolo otshanini.


UJosefa wayengumbusi ezweni, ethengisela bonke abantu bezwe, nabafowabo bafika, bamkhothamela bathi mbo ngobuso emhlabathini.


Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kodwa isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKhristu uJesu iNkosi yethu.


Zase zingena endlini, zabona umntwana nonina uMariya, zawa phansi, zakhuleka kuye. Zavula amagugu azo, zamkhunga ngezipho: igolide, amakha, nenhlaka.


Uma inkosi ithokozile kukhona ukuphila, nesisa sayo sinjengefu lemvula yakamuva.


Indodakazi yaseThire nabantu abacebileyo bancenga umusa wakho ngesipho.


Amadoda ayesethatha isipho, nemali ephindwe kabili, noBhenjamini, asuka ehlela eGibhithe, aziveza kuJosefa.


futhi niyakuthi: ‘Bheka, inceku yakho uJakobe iyeza emva kwethu,’ ” ngokuba wacabanga ukuthi: “Ngingahle ngimthobise ngalesi sipho engisiqhuba phambi kwami, kuyothi lapho ngibona ubuso bakhe, mhlawumbe angemukele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite