Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:18 - IsiZulu 2020

18 Yiyale indodana yakho lisekhona ithemba; ungayifiseli ukuba ife.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Yilaye indodana yakho, lisekhona ithemba; ungabhekisi inhliziyo yakho ukuyibulala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Yala indodana yakho kusenethemba, ungahawukeli umphefumulo wakho ngokukhala kwayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:18
9 Referans Kwoze  

Oyeka uswazi uyayizonda indodana yakhe, kodwa oyithandayo uyanakekela ukuba ayiyale.


Uswazi nokusola kunika ukuhlakanipha, kepha umntwana oyekwayo uyakuhlaza unina.


Ubuwula buboshelwe enhliziyweni yomntwana, kodwa induku yokumyala ibuqhelisela kude naye.


Yiyale indodana yakho, khona iyokuphumuza, yebo, iwuthokozise umphefumulo wakho.


Umuntu onolaka olukhulu wojeziswa; uma umkhulula, uyophinde akwenze lokho.


“Uma umuntu enendodana enenkani, ehluphayo, engalilaleli izwi likayise noma elikanina, engalaleli noma beyiyala,


Umuntu ongakwazi ukuzithiba, ufana nomuzi odiliziwe, ongasenalo ugange.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite