Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 18:13 - IsiZulu 2020

13 Ukuphendula ungakezwa kungubuwula nehlazo kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Obuyisa izwi engakezwa, kungubuwula nehlazo kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ophendula indaba engakayizwa, kungubuwula nehlazo kuye.

Gade chapit la Kopi




IzAga 18:13
11 Referans Kwoze  

“Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ngecala ungakamuzwa eziphendulela kuqala, bese wazi-ke ukuthi wenzeni na?”


uyohlola, uphenyisise, ubuzisise. Bheka, uma kuyiqiniso ukuthi leso sinengiso senziwe phakathi kwenu,


Kulugibe kumuntu ukusho ngokushesha athi: “Kungcwele,” bese ecabanga kamuva ngesifungo asenzile.


Ngaba nguyise wabantulayo, ngaluphenyisisa udaba lwalowo engingamaziyo.


Inkosi yathi kuZiba: “Uyabona-ke, konke obekungokukaMefibhoshethi sekungokwakho.” UZiba wayesethi: “Ngiyakhuleka ukuba ngifumane umusa emehlweni akho, nkosi yami, nkosi.”


Kuthe lapho inkosi isiwezwile lawo mazwi, yadabuka kakhulu, yazindla ngoDaniyeli ukuba imkhulule, yazama ukumhlenga kwaze kwaba sekushoneni kwelanga.


Ngakho-ke inkosi uDariyu yayisiloba umbhalo nesiyalezo.


Inkosi yayisithi kowesifazane: “Phindela endlini yakho; ngizothumela umyalezo mayelana nawe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite