Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 17:12 - IsiZulu 2020

12 Kungcono ukuhlangana nebhere elephucwe amawundlu alo, kunesiwula ebuwuleni baso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Umuntu makahlangane nebhere* elaphuciwe amawundlu alo kunesiwula ebuwuleni baso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Umuntu makahlangabeze ibhere elilahlekelwe amawundlu alo kunesiwula ebuwula baso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 17:12
8 Referans Kwoze  

Ngiyakubathelekela njengebhele eliphucwe amazinyane alo, ngibadabule isifuba esivikele inhliziyo yabo, ngibashwabadele lapho njengebhubesi, isilwane sasendle sibanephunephule.


UHushayi wabuye wathi: “Uyazi ukuthi uyihlo nabantu bakhe bangamaqhawe, nokuthi bacasukile ezinhliziyweni, bafana nebhele elephucwe amazinyane alo ehlane. Uyihlo uyindoda yempi, akasoze alala lapho kulele khona abantu.


Kwathi ukuba uHerode abone ukuthi izazi zimshaye ngemfe iphindiwe, wathukuthela kakhulu. Wathumela, wabulala bonke abantwana besilisa baseBhethlehema, nasezindaweni zonke ezakhelene nalo, ababeneminyaka emibili nangaphansi, njengokwesikhathi izazi ezazimtshele sona.


Umbusi okhohlakele obusa abampofu, unjengengonyama ebhodlayo nebhele elihahayo.


Itshe liyasinda nesihlabathi sinzima, kodwa ukuchukuluza kwesiwula kusinda ukwedlula kokubili.


Waphenduka, wababona, wabaqalekisa egameni likaSimakade, kwase kuphuma ehlathini amabhere ezinsikazi amabili abadwengula labo bafana ababengama-42.


Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela, ngalokho uyakuthunyelwa isithunywa esinonya.


Uma ohlakaniphileyo ephikisana nesiwula siyadlova, sihleke, kungabi bikho ukuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite