Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 16:16 - IsiZulu 2020

16 Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kungcono kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide; yebo, ukuzuza ukuqonda nga kukhethwa kunesiliva.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Yeka ukuthi kungcono kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide! futhi ukuzuza ukuqonda kungcono kukhethwe kunesiliva!

Gade chapit la Kopi




IzAga 16:16
13 Referans Kwoze  

Ngokuba kuyakumsiza ngani umuntu, uma ezuza izwe lonke, kepha alahlekelwe ngukuphila kwakhe na? Yini angayikhipha umuntu, ibe yisihlengo sokuphila kwakhe na?


Isithelo sami sihle kunegolide, kunegolide elicolisekileyo, nenzuzo yami, kunesiliva lekhethelo.


Ngokuba ukuvikeleka kokuhlakanipha kufana nokuvikeleka kwemali, kodwa ubuhle bolwazi nokuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.


Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo, zuza ukuqonda.


“Kubanjalo-ke kumuntu ozibekelela ingcebo ebe engacebile ngokukaNkulunkulu.”


Ngalokho ngiyayithanda imiyalo yakho kunegolide, impela kunegolide elicwengekileyo.


ngokuba inzuzo yakho yinhle kunenzuzo yesiliva; nenzuzo yakho kunegolide.


Zuza ukuhlakanipha, uzuze ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;


uma ukufuna njengesiliva ukufunisisa njengengcebo efihliweyo,


Ubusisiwe umuntu othola ukuhlakanipha, nomuntu ozuza ukuqonda,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite