Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 15:1 - IsiZulu 2020

1 Impendulo ezothile iyaludambisa ulaka, kodwa izwi elilimazayo libhebhezela intukuthelo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka, kepha izwi elilukhuni livusa ulaka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka.

Gade chapit la Kopi




IzAga 15:1
16 Referans Kwoze  

Ngokubekezela, umbusi angathanjiswa, nolimi oluthambileyo luyawaphoqoza amathambo.


Inzondo ibanga ingxabano, kodwa uthando lusibekela zonke iziphambeko.


Umuntu ogcwele ulaka uphehla udweshu, kodwa owephuzayo ukuthukuthela udambisa ingxabano.


Umuntu onolaka udala ingxabano, nalowo onesififane ubanga ukuphambuka okukhulu.


Umuntu ozazisayo udala ingxabano, kodwa owethembela kuSimakade uyakucetshiswa.


Abantu bakwa-Israyeli baphendula abakwaJuda, bathi: “Thina sinezabelo ezilishumi ngaphezu kwezenu enkosini, ngisho nakuDavide. Pho nisedeleleleni na? Aliphumanga kithi kuqala yini izwi lokuthi makubuyiswe inkosi na?” Kepha amazwi abakwaJuda ayenzima kunamazwi abakwa-Israyeli.


Zakhuluma kuye, zathi: “Uma namuhla uzokuba yinceku yalaba bantu, ubakhonze, ukhulume amazwi amahle lapho ubaphendula, bayokuba yizinceku zakho, zonke izinsuku zabo.”


Zakhuluma kuye, zathi: “Uma namuhla uzokuba yinceku yalaba bantu, ubakhonze, ukhulume amazwi amahle lapho ubaphendula, bayokuba yizinceku zakho zonke izinsuku zabo.”


Iyokwenza imikhuleko eminingi yini kuwe, ikhulume amazwi athobekileyo na?


Izedeleli ziyawushisa umuzi, kodwa abalungileyo bayaludambisa ulaka.


Kuthe esekukhulumile lokho wawuhlakaza umbuthano.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite