Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:7 - IsiZulu 2020

7 Suka phambi komuntu oyisiwula, ngokuba lapho awunakuwathola amazwi anolwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Suka phambi komuntu oyisiwula, ngokuba lapho awuboni izindebe zokwazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Suka ebusweni bomuntu oyisiwula, uba ungaboni izindebe zolwazi kuye.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:7
8 Referans Kwoze  

Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.


Ningahlanganyeli emisebenzini yobumnyama engenazithelo, kodwa kunalokho niyidalule,


Kepha manje-ke nginibhalela ukuba ningazibandakayi nomuntu obizwa ngokuthi ungumzalwane, kodwa ebe eyisifebe, noma ohahayo, noma okhonza izithombe, noma othuka inhlamba, noma eyisidakwa, noma engumphangi; ningalokothi nidle nomuntu onjalo.


Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


Ndodana yami, uma uyeka ukulalela ukuyalwa, uyakuduka emazwini okwazi.


Isedeleli sifuna ukuhlakanipha kodwa singakutholi, kanti ulwazi lutholakala kalula koqondayo.


Ungasikhuzi isiwula, ngoba siyakudelela ukuhlakanipha kwamazwi akho.


UHananiya wakhuluma phambi kwabo bonke abantu, wathi: “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Ngizolephula kanjalo-ke ijoka likaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, entanyeni yezizwe zonke, ingakapheli iminyaka emibili.’ ” Kepha umphrofethi uJeremiya wabamba eyakhe indlela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite