Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:4 - IsiZulu 2020

4 Lapho kungenazinkomo khona umkhombe awunalutho, kepha isivuno esikhulu siba khona ngenxa yamandla ezinkabi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Lapho kungekho khona izinkomo, umkhombe awunalutho, kepha inzuzo inkulu ngamandla ezinkabi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Lapho kungekho zinkomo, umkhombe uhlanzekile;

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:4
7 Referans Kwoze  

Emqathweni wabampofu kukhona ukudla okuningi, kepha kuyashabalala ngenxa yokungalungi.


“Mina nganilethela indlala kuyo yonke imizi yenu, nokuntula isinkwa kuzo zonke izindawo zenu, kodwa anibuyelanga kimi,” kusho uSimakade.


Sengathi izinkomo zethu zingaba namathole amaningi. Makungabi bikho kufohla ogangeni, kungathunjwa muntu, futhi kungabi bikho ukukhala emigwaqweni yakithi.


Emlonyeni wesiwula kuhluma ukuziqhenya, kepha izindebe zabahlakaniphileyo ziyabalondoloza.


Ufakazi weqiniso akawaqambi amanga, kodwa ufakazi wamanga uphafuza inkohliso.


Ungayethemba yini, ngoba amandla ayo emakhulu, ushiye umshikashika wakho kuyo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite