Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:9 - IsiZulu 2020

9 Ukukhanya kwabalungileyo kukhanya bha, kepha izibani zezikhohlakali ziyacima.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ukukhanya kwabalungileyo kuyathokoza, kepha izibani zababi ziyacimeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ukukhanya kolungileyo kuyathokoza, kepha isibani sababi siyacima.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:9
16 Referans Kwoze  

Indlela yabalungileyo injengokukhanya kokusa okuqhubeka kukhanye kuze kube semini.


Ngokuba omubi akayukuba nalo ikusasa, nesibani sezikhohlakali siyakucima.


Oqalekisa uyise nonina, isibani sakhe siyocima phakathi kwesigayegaye.


Ukukhanya kuyovela ebumnyameni kwabalungileyo: Yena unomusa, nobubele nokulunga.


Ukukhanya kukhanyisela olungileyo, nokujabula kwabanhliziyo ziqotho.


Kepha eziyiziwula zathi kwezihlakaniphileyo: ‘Sipheni amafutha kwawenu, ngokuba izibani zethu ziyacima.’


Indodana yakhe ngiyakuyinika isizwe sibe sinye vo ukuze uDavide, inceku yami, abe nesibani izinsuku zonke phambi kwami eJerusalema, umuzi engiwukhethe ukuba ngibeke iGama lami kuwo.


lapho isibani sakhe sasikhanya phezu kwekhanda lami, ngihamba ebumnyameni ngokukhanya kwakhe,


“Kukangaki lapho isibani sezikhohlakali sicinywa khona, zehlelwe yinhlekelele, zabelwe isabelo ngentukuthelo yakhe na?


“Ngakho-ke inkosi yathi ezincekwini: ‘Mbopheni izinyawo nezandla, nimphonse phandle ebumnyameni, lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.’


Inhlawulo yokuphila komuntu yingcebo yakhe, kepha ompofu akalaleli ekhuzwa.


Ukuziqhenya kudala ingxabano yodwa, kodwa kulabo abemukela ukwelulekwa kukhona ukuhlakanipha.


Kuyakuthi lapho sengiqeda nya ngawe, ngisibekele amazulu, ngenze izinkanyezi zawo zibe mnyama, ngilemboze ngefu ilanga, nenyanga ingakhanyisi ngokukhanya kwayo.


Kungani igama likababa likhishiwe emndenini wakhe, yingoba engenandodana na? Sabeleni nathi ifa phakathi kwabafowabo bakababa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite