Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:23 - IsiZulu 2020

23 Umuntu ohlakaniphileyo uyalufihla ulwazi, kepha izinhliziyo zeziwula ziphafuza ubuwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Umuntu oqondileyo uyafihla ukwazi, kepha izinhliziyo zeziwula zimemeza ubuwula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Umuntu ohlakaniphileyo uyafihla ulwazi, kodwa inhliziyo yeziwula imemezela ubuwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:23
13 Referans Kwoze  

Bonke abahlakaniphileyo basebenza ngokwazi, kepha isiwula sisabalalisa ubuwula.


Oyinhlebi uhamba edalula izimfihlo, kepha othembekile emoyeni uyayisibekela indaba.


Ohlakaniphileyo uqongelela ulwazi, kodwa umlomo wesiwula uletha imbubhiso.


Ulimi lwabahlakaniphileyo lukhombisa ulwazi oluhle, kodwa umlomo weziwula uphafuza ubuwula.


Lapho kunokukhuluma okuningi akupheli ukona; othiba ulimi lwakhe uhlakaniphile.


Ngisho sihamba emgwaqweni isiwula siveza ubuwula baso, sitshela bonke ukuthi sona siyisiwula.


Isiwula asithokozi ngokuqonda, kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yaso.


Isiwula sikhipha lonke ulaka lwaso, kepha ohlakaniphileyo uyalugodla kuze kube sekugcineni.


USawule wathi kuyisekazi: “Usitshelile impela ukuthi izimbongolo zitholakele.” Kepha akamtshelanga indaba yobukhosi akhuluma ngayo uSamuweli kuye.


Ngavuka ebusuku, ngahamba namanye amadoda; angitshelanga muntu ngalokho uNkulunkulu wami ayekubeke enhliziyweni yami ukuba ngikwenzele iJerusalema. Angithathanga silwane ngaphandle kwaleso engangisigibele.


Akukho namunye ezikhulwini owayazi ukuthi bengiyephi nokuthi ngangenzani. Ngangingakabatsheli abaJuda, abaphristi, abaholi, izikhulu nabanye ababezokwenza umsebenzi.


Ukuhlakanipha kuhlala enhliziyweni yonokuqonda, kodwa eziwuleni, akwaziwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite