Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:21 - IsiZulu 2020

21 Olungileyo akayukwehlelwa nangokukodwa okubi, kepha izikhohlakali zigcwele ukukhathazeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Olungileyo akayikwehlelwa nangokukodwa okubi, kepha ababi bayakugcwala ububi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Akukho okubi okuyokwehlela olungileyo, kepha ababi bayogcwala ububi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:21
17 Referans Kwoze  

Pho ngubani onganilimaza uma nishisekela ukwenza okuhle na?


Okubi akuyukukwehlela, nesifo asiyukusondela ethendeni lakho.


Siyazi ukuthi kwabamthandayo uNkulunkulu, konke kusebenzelana kube ngokuhle, kulabo ababiziweyo ngokwecebo lakhe.


Ngakho-ke bazokuvuna lokho abakutshalile, basuthiswe yizithelo zobuqili babo.


Yenza kulo lokho elikwenzile, ukuphindaphinde kabili okwemisebenzi yalo; endebeni ebelixubela kuyo, lixubele ngokuphindiwe;


Uyakwaneliswa yihlazo kunokuhlonipheka, uphuze nawe, ubalwe njengongasokile, indebe yesandla sokunene sikaSimakade iyakuza kuwe, ihlazo libe phezu kodumo lwakho.


Umuntu ohlehlayo uyothola umvuzo wezindlela zakhe, kodwa olungileyo uvuna akutshalileyo.


Ngokuba usizi lwethu oluncane lwesikhashana lusilungisela inkazimulo enkulu yaphakade, engenakulinganiswa.


USimakade uzokuvikela kukho konke okubi, awugcine umphefumulo wakho.


Kodwa lowo ongilalelayo uyohlala ephephile, angabi naluvalo lokwehlelwa ngokubi.”


Kunokukhohlisa ezinhliziyweni zabaceba okubi, kepha ukuthula nenjabulo kukubaluleki beqiniso.


Ukumesaba uSimakade kuholela ekuphileni; onakho uhlala enelisiwe, akehlelwa ngokubi.


Lowo ohlonipha umyalo akayukwehlelwa ngokubi, ingqondo yohlakaniphileyo iyasiqonda isikhathi esifanele nokwehlulela.


Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.


Kuhle ukuthi ukubambe lokhu; ungasisusi isandla sakho kukho, ngokuba owesaba uNkulunkulu uyaphumelela kukho konke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite