Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:2 - IsiZulu 2020

2 Umuntu owenza kahle uthola umusa kuSimakade, kepha onamacebo amabi uyamlahla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu wamacebo uyamlahla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umuntu omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu onamacebo amabi uyakumlahla.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:2
14 Referans Kwoze  

Ngokuba ongifunayo, ufumana ukuphila, azuze umusa kuSimakade.


Wayeyindoda elungile, egcwele uMoya oNgcwele nokukholwa; kwenezelwa eNkosini abantu abaningi.


Umuntu omuhle unomusa, uyatshelekisa, izindaba zakhe uzisingatha ngobulungiswa.


ngokuba akwandile ukuba umuntu angafela olungileyo, kodwa hleze kube khona ongazidela afele umuntu oqotho.


Ngakho-ke bazokuvuna lokho abakutshalile, basuthiswe yizithelo zobuqili babo.


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuvimbe, noma amandla phezu kosuku lokufa. Akekho okhululekile empini, kanjalo nobubi abunakubakhulula labo ababenzayo.


inhliziyo eceba okubi, izinyawo ezishesha ukugijimela ebubini;


Abezizwe baphonseke phansi emgodini abawumbileyo, unyawo lwabo lwabhajwa enethini abangifihlele lona.


U-Absalomu bese ethi kuye: “Uyabona, indaba yakho inhle, iqondile, kodwa akukho muntu obekwe yinkosi ukuba akulalele.”


ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.


Othanda ukuyalwa uthanda ulwazi, kodwa ozonda ukusolwa uyisiwula.


Abaduki yini abaceba okubi na? Umusa neqiniso kungokwabahlela okuhle.


Umuntu onesififane wenza ubuwula, nomuntu onamacebo amabi uyazondwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite