Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 12:19 - IsiZulu 2020

19 Izindebe ezikhuluma iqiniso ziyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungolomzuzwana nje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Indebe yeqiniso iyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungolomzuzwana nje.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.

Gade chapit la Kopi




IzAga 12:19
10 Referans Kwoze  

Ufakazi wamanga akayukuyekwa angajeziswa, nophafuza amanga uyobhubha.


ukuthi ukujabula kwezikhohlakali kufushane, nokuthokoza kwabangenankulunkulu kungokomzuzwana nje na?


Izulu nomhlaba kuyakudlula, kodwa amazwi ami awasoze adlula.


Umphrofethi wayesethi kuye: “Nami ngingumphrofethi njengawe, kodwa kukhulume ingelosi kaNkulunkulu, yathi: ‘Mbuyise nawe, eze endlini yakho ukuze athole isinkwa, aphuze namanzi.’ ” Kepha umphrofethi wayeqamba amanga.


Kunokukhohlisa ezinhliziyweni zabaceba okubi, kepha ukuthula nenjabulo kukubaluleki beqiniso.


Wayesethi: “Inhliziyo yami ibingenawe yini lapho lowo muntu ephenduka enqoleni yakhe ukukuhlangabeza na? Yiso yini isikhathi sokwamukela izingubo, iminqumo, izivini, izimvu, izinkomo, izinceku, nezincekukazi na?


Abalungileyo bayokubona lokho, besabe; bakuhleke, bathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite