Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 11:21 - IsiZulu 2020

21 Impela omubi akayukuyekwa angajeziswa, kodwa isizukulwane sabalungileyo siyakuhlengwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Impela omubi akayekwa, kepha inzalo yabalungileyo iyakhululwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Noma bebambene ngesandla, omubi akayeki ukujeziswa, kodwa inzalo yabalungileyo iyasindiswa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 11:21
15 Referans Kwoze  

Ngokuba isithembiso singesenu nesabantwana benu, futhi singesabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.”


ngiyakubanika nhliziyonye nandlelanye, ukuba bangesabe zonke izinsuku, kube kuhle kubo nakubantwana babo emva kwabo.


Bonke abanhliziyo ezikhukhumezayo bayisinengiso kuSimakade; impela akayukuyeka ukubajezisa.


Uphana, atshelekise ekhululekile, nozalo lwakhe luyisibusiso.


Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.


Awuyukulilandela iningi ekwenzeni okungalungile noma lapho wethula ubufakazi ecaleni, awuyukuzihlanganisa neningi ukuze uhlanekezele umthetho.


Angisithukutheleli. Uma singivezela ameva namakhakhasi, ngizolwa nawo ngiwashise.


Abanezinhliziyo eziphambeneyo bayisinengiso kuSimakade, kodwa abahamba ngezindlela ezimsulwa bayintokozo kuye.


Njengendandatho yegolide ekhaleni lengulube, unjalo owesifazane omuhle ebe engenangqondo.


Wonke amadoda ayazi ukuthi omkawo bashisela impepho abanye onkulunkulu, kanye nabesifazane bonke ababemi lapho, ibandla elikhulu, bonke abantu ababehlala eGibhithe, ePhathirosi; bamphendula uJeremiya, bathi:


Ziqhelelanise nokwethwesa omunye icala lamanga, ungambulali ongenacala noma labo abaseqinisweni, ngokuba angiyukumkhulula onecala.


Kepha wena uhluphekile ngokuthi izikhohlakali ziyakujeziswa yini; ukwehlulela nobulungiswa kuyokwenziwa.


Olungileyo akayukwehlelwa nangokukodwa okubi, kepha izikhohlakali zigcwele ukukhathazeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite